Injini engu-2.0 litre turbocharged kaphethroli isinyuswe amandla ngo-32kW aba ngu-245kW njengoba phambilini bekungu-213kW.
INTOKAZI yaseThekwini edle umhlanganiso womncintiswano wokumodela waminyaka yonke u-Miss KZN Queen 2025/26, uNelisa Khumalo ...
U-DJ ophinde abe wuphrojusa womculo, uPrince Kaybee, ugonyuluke esidlangalaleni ngomthelela ukunukubezwa ngokocansi esemncane ...
Ikhombise izimpawu zovalo inkulumo kaHugo Broos ngamathuba eBafana Bafana ku-Group A weNdebe yoMhlaba yangonyaka ozayo.
OBEYISOKA llomsakazi wodumo kuKhozi FM, uSiyabonga " Siya" Mhlongo, ugeqe amagula ngobudlelwano babo obuphele kabuhlungu.
Leli yithuba elihle lokubonisa uthando kubo bonke abantu osondelene nabo abenze unyaka wakho waba muhle. Lokhu ungakwenza ...
UMENGAMELI weCosatu, uNksz Zingiswa Losi, uthe angeke beweseke umshoshaphansi wokugudluza umholi we-ANC, uCyril Ramaphosa ...
IKAIZER Chiefs iphinde yalahla ithuba lokuqinisa indawo yayo embangweni wesicoco seligi yeBetway Premiership idlala ...
UMCULI owagqama kuma-Idols SA ngo-2015 uLLoyiso, uthi usekhethe ukuzibambela ngokuletha umjikelezo wakhe wekhonsathi eThekwini ngoDisemba emuva kokuphela konyaka ezama ukuthola abaxhasi kodwa echithwa ...
Unozinti weMarumo Gallants uWashington Arubi uhlela ukusebenzisa i-Orlando Pirates ukuzwa amandla eBafana Bafana.
Abadlali okubalwa kubona uYoane Wissa waseDemocratic Republic of Congo (DRC) odlala kwiNewcastle, Yves Bissouma weTottanham ...
U-Ouaddou uthe ubalulekile ukuthi bangawulahli umgqigqo wabo kuleli khefu ukuze baqhubeke nokufeza izifiso zabo ngale sizini.